Amasiko
-
Isifunda iZululand njengesiqalo sakho konke
Kukhona okwehlukile nokuligolide ngesifunda iZululand. Lokhu akulona ifagugu nje kuphela kepha kukhona nokungaba yisixazululo kulokho okuxake i Ningizimu Afrika –…
Qhubeka Nokufunda » -
UMkhosi wenkosazana uNomkhubulwana kubeNguni
Izintombi zazinemisebenzi yesizwe ebalulekile nesemqoka ethinta imvelo OKHOKHO babemhlonipha kakhulu uNomkhubulwana bethi iNkosazana yasezulwini eyadabuka ohlangeni emva kukaMvelingqangi. Babekholwa ukuthi…
Qhubeka Nokufunda » -
Amathongo anendlela yokuzibonakalisa kwabaphilayo
NAMUHLA sizoke sibheke indlela labo asebesandulele kokhokho abazibonakalisa ngayo kwabaphilayo. Sizokwenza lokho sibe sifundisana namagama okubizwa ngawo lezi zibonakaliso zabangasekho.…
Qhubeka Nokufunda » -
Ukuhlatshwa kwenkomo
Kulokhu Zulu sithi ake sibheke imfuyo yomuzi wesiZulu. Ngasekugcineni sizobheka inkomo njengesilwane esifuywayo nokuthi kusadliwa ngoludala yayinakekelwa kanjani NJENGAWO onke…
Qhubeka Nokufunda » -
Inala nemvula kwakungumphumela wokuthoba kwesizwe kuNomkhubulwana
Okhokho babemhlonipha kakhulu uNomkhubulwana bethi iNkosazana YaseZulwini eyadabuka ohlangeni emva kukaMvelinqangi Babekholwa ukuthi nguyena obapha imvula nenala emasimini. Ngezikhathi zesomiso…
Qhubeka Nokufunda » -
Iziboni, ihlambo nokubuyiswa kweNkosi kuqhutshwa ngokwaseBukhosini
IZIBONI nazo zilokhu zithelekile emzini wenkosi zizodlulisa ukulila kwazo. Njengabo bonke abantu, nayo inkosi ihanjelwa iziboni. Akuzi izwe lonke, kepha…
Qhubeka Nokufunda » -
Isiko lokunyathela uselwa liwukweshwama
LO mkhosi omkhulu kangaka owabe wethakaselwa izwe lonke wabe ugujwa minyaka yonke ekungeneni kwekwindla ngenyanga kaMasingana. Elinye igama lalo mkhosi…
Qhubeka Nokufunda » -
Ukukhonga nokudliwa kwendlakudla
Kulokhu Zulu sithi ake sibheke ukukhonga nesiko lendlakudla kamkhwenyana nomkhongi ngokwenqubo yesiZulu UKUMEMEZA komkhongi kuyehluka entombini ebalekile. Umemeza athi: “Wena…
Qhubeka Nokufunda » -
UZulu uphuma esiqwini esiqokothile
‘OkaNdaba kashongo njalo!” Akashongo ukuthi siyokwesatshiswa ngokuthi aMakhosi ethu ayethanda izimpi noma ayethanda ukuganwa, bese siba namahloni. AMakhosi ethu aphila…
Qhubeka Nokufunda » -
Ilifagugu leNgonyama uShaka kaSenzangakhona
ABANYE emlandweni baqhamuka benamakhono ngokwengqondo nangokomoya ababazekayo, abavumela ukuba baxazulule izingqinamaba ezinqala ezibhekene nomphakathi ngesikhathi besaphila. Ezindabeni zendalo, laba bantu…
Qhubeka Nokufunda »