Ezanamuhla
-
UMncwango nethuba eliyinqabakutholwa
IMeya yoMkhandlu ikwaNongoma ithi kukhulu okungenziwa ngabantu bendawo belekelelwa nguMasipala Ukujutshwa kwakhe njengozomela iqembu lakhe Inkatha Freedom Party (IFP) kwesobuMeya…
Qhubeka Nokufunda » -
UHulumeni we-ANC ulondoloza ifagugu elinguShenge
KUQOPHEKE umlando ngesenzo sikaHulumeni oholwa uKhongolose KwaZulu-Natal othathe isinqumo sokuhlonipha umholi we-Inkatha Freedom Party nonguNdunankulu kaZulu, iNkosi uMangosuthu Buthelezi ngokuthi…
Qhubeka Nokufunda » -
Imayini uKhukho kuthiwa yenzangakhona
Ngesikhathi iNingizimu Afrika inenkulumompikiswano mayelana neqhaza elibanjwe izimayini ekuthuthukiseni umnotho wezwe nowendawo, esifundeni iZululand kukhona ukuvumelana ukuthi imayini iZululand Anthracite…
Qhubeka Nokufunda » -
Bezidlana imilala emqhudelwaneni iMayoral Cup
KUKHONYE uWadi 9 kuNongoma Mayoral Cup ebidlalelwa ezinkundleni ezahlukene ngoMgqibelo owedlule. Kulo mqhudelwano waminyaka yonke obusezingeni eliphezulu kwenzeke okwehlukile njengoba…
Qhubeka Nokufunda » -
Isiphetho esihle phakathi kwemayini nesishabasheki
Baqala beyinkukhu nempaka kepha manje sebengabalingani ngokwebhizinisi kanti nomphakathi uyazuza
Qhubeka Nokufunda » -
Isifunda iZululand njengesiqalo sakho konke
Kukhona okwehlukile nokuligolide ngesifunda iZululand. Lokhu akulona ifagugu nje kuphela kepha kukhona nokungaba yisixazululo kulokho okuxake i Ningizimu Afrika –…
Qhubeka Nokufunda » -
Ukuhlangana komhlathi owazanayo
Ukusebenzisana kwamazwe ase-Afrika ezindabeni ezithinta umnotho kanye nepolitiki yamazwe ngamazwe sekuthela izithelo ezibonakalayo KWENYE yezinkulumo zakhe ezinobuhlakani, uMarcus Garvey uqagula…
Qhubeka Nokufunda » -
UMkhosi wenkosazana uNomkhubulwana kubeNguni
Izintombi zazinemisebenzi yesizwe ebalulekile nesemqoka ethinta imvelo OKHOKHO babemhlonipha kakhulu uNomkhubulwana bethi iNkosazana yasezulwini eyadabuka ohlangeni emva kukaMvelingqangi. Babekholwa ukuthi…
Qhubeka Nokufunda » -
Ukuhlatshwa kwenkomo
Kulokhu Zulu sithi ake sibheke imfuyo yomuzi wesiZulu. Ngasekugcineni sizobheka inkomo njengesilwane esifuywayo nokuthi kusadliwa ngoludala yayinakekelwa kanjani NJENGAWO onke…
Qhubeka Nokufunda »