Umlando Wethu
-
Ukubelethwa, usendo namabutho kaMpande
USONGIYA walala neNgonyama uSenzangakhona njengesiko elalenziwa mhla ibekwa ukuba yiNgonyama. Yayiqiniswa ngemithi ngokwesiko lesiZulu igcatshwa emzimbeni yizinyanga izinhlanga zigcotshwa…
Qhubeka Nokufunda » -
Ngomlando we-Afrika idunga ngumlungu
UKUBHALA kumbe ukukhuluma ngomlando wasemandulo akulula njengoba abaningi bethu becabanga. Zimbili izimbangela zalokhu: Imbangela yokuqala ukuthi umlando wethu thina…
Qhubeka Nokufunda » -
INkosi uSomhlolo nesisekelo samaSwazi
INKOSI uSomhlolo owayebuye abizwe ngoNgwane IV noma uSobhuza I wayeyindodana yeNkosi uNdvungunye Dlamini noSomnjalose Simelane. Yize kungenasiqiniseko, imithombo iveza ukuthi…
Qhubeka Nokufunda » -
Umlando wesizwe sakwaZwane nendabuko yamaZulu
MNGWENI, Lindamkhonto, Nsele, Ntshosho, Mafu, Mangethe, Cengesi, Thinta, Dumisa, Nkanyezi, Mhlanganyelwa. Esizweni sakwaZwane iNkosi yaso eyaduma kakhulu uMangethe. Wayakhe umuzi…
Qhubeka Nokufunda » -
Abesizwe sakwaHlabisa nokufika koMntwana uMpande
Ngcobo! Nqina kaNgono! Ngotsha. Mposwa! Wolizibi! Somfula! Mbopha! Mthumbu! Abantu besizwe sakwaHlabisa abadabuka kwabakwaNgcobo nabehlukaniswa benziwa izingxenye ezimbili ngonyaka we-1891 ngegunya…
Qhubeka Nokufunda » -
Isizwe sabaThembu bakaNgoza kaMkhubukeli sivela kuMabaso
MTHEMBU, Mvelase, Ndosi, Gazi, Mkhubukeli, Ngoza, Nodada, Mganu, Ngqambuzana (iBamba likaMabizela 1905) Mabizela, Mvelase! Nin’enavel’enyandeni. Ngomthwalo wakwaMabaso. Nina bakwaGogo lazitha. Nina…
Qhubeka Nokufunda » -
Usendo lwesizwe sasemaChunwini lugudwa kuMalandela
Macingwane! Chunu likaNyanda yemikhonto. Dladlama mfo kaMajola! uMajol’ aphuma khon’ emaChunwini, Ndabezitha! AbeNguni abamhlophe, Nina bakaPhakade kagugi. Owafel’eNgonyameni. Nina bakaNgqulunga! Nina…
Qhubeka Nokufunda » -
Baningi abakwazi ukuphunyukela eMome ngesikhathi sempi
Aanye abaholi babashokobezi ababaleka eMome yilaba: uMagonqotha kaDlongolwana Biyela waze wabanjwa ziyisi-9 Nhlolanja 1908, uBaleni kaMbayimbayi Khanyile wabaleka wangaphinde watholakala,…
Qhubeka Nokufunda » -
Ezinye zezimpi zamaNgisi noZulu kubusa uMamonga WoSuthu
ABASHOKOBEZI ehlathini eNkandla base beqiniswe bachelwa ngazo zonke izintelezi zempi yizinyanga zaseNkandla. Ngakho-ke base belindele noma yini futhi bengakugqize qakala…
Qhubeka Nokufunda » -
Ukubulawa kwamakholwa eThekwini ngamaKoloni
NGEMUVA kweMpi yamaBhunu namaNgisi ngowe-1899 kuya kowe-1902) lonke elaseNingizimu Afrika lase liphethwe yiNgilandi engasekho amaRepubliki amaBhunu (iFree State neTransvaal). Kwaboshwa…
Qhubeka Nokufunda »